UMQEQESHI waMaZulu FC, u-Arthur Zwane, ubona kubalulekile ukuthi leli qembu libagcine abanye babadlali balo abamqoka ukuze ...
KUMISWE uKhomishana wamaPhoyisa othweswe amacala ayamene nethenda yezigidi zamaRandi, uGeneral Fannie Masemola, kwabe ...
UKHALA ngokwenzelwa phansi amaphoyisa umndeni wowesilisa okuthiwa wagwazwa, wabulawa kunetiye kwamakhelwane eKoki, eMzimkhulu ...
NAKUBA izinto zingayihambelanga kahle iHollywoodbets Sharks kowe-United Rugby Championship ne-Ospreys ngempelasonto kodwa lo ...
SIMINZE, sashona isangoma, okuthiwa besiyohlambulula abantu edamini laseNanda, endaweni yaseSikebheni, eMzinyathi, ...
AZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikaHulumeni, uKagiso ...
LISAZOBHADLA ejele iphoyisa elisolwa ngokuba ubhululu wemigulukudu, uSergeant Fannie Nkosi, njengoba kuchithwe isicelo salo ...
ISOSHA elisolwa ngokudubula, libulale umkalo, litshele iNkantolo yesiFunda sasePinetown izolo ukuthi wazidubula yena, wafa.
KUVELA ukuthi zishayisana ngamakhanda izikhulu zaKwaSABC nesiteshi iMetro FM, ngokugqoza kokudayisa kwamathikithi alo mcimbi ...
NGAPHAMBI kokuba ingqalabutho yomlingisi, uCynthia Shange, idlule emhlabeni yakuveza ngo-2024 ukuthi kwake kwambulwa ...
H, eMlaza uvele ahlengezele izinyembezi uma echaza ngesigameko sokulimala kwakhe athi senezeke ezinyangeni ezedlule.
LIHLALELWE umsebenzi omkhulu ithimba elijutshwe iSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini ukuba liyonxenxa amaqembu ezepolitiki ameleleke ePhalamende ukuba aseke isiphakamiso sokuba kuchibiyelwe umthetho ...